NJENGOBA kuqala unyaka, abantu bamatasa nezindlela ezintsha zokuphila ezizobenza babukeke kangcono. Abanye bafuna ukwehlisa isisindo kanti abanye bafuna ukubukeka ...
KUGQUGQUZELWA abantu ukuba bakhithize babuye nganeno endalini yeBlack Friday ezoqala ngoLwesihlanu, ize iphele ngesonto elizayo.
I-ESKOM imemezele ukuthi isikwazile ukushintsha zonke izigubhu ukuba zibe sohlelweni lweKey Revision Number KRN 2.
ABEHLOME ezingovolo amaphoyisa abephelezela ithimba eliqoqa intela ebeliyovundulula ubufakazi bokungakhokhwa kwentela emzini kamacaphunakusale waseThekwini, uNksz ...
USIHLALO wekomiti elibhekelele ukusebenza kwemali yomphakathi ePhalamende, uMnuz Songezo Zibi, akaneme ngokucotha kophenyo lwamacala okushushumbiswa kwemali nalawo ...
KUSHONE elayizolo kusabalele imibiko yokuthi kushone abantu ababili abebemi kulayini wokuyovuselela izigubhu zabo ohlelweni lokuvuselela izigubhu zikagesi wekhadi ...
IZIHLATHI zivakashela izindlebe kwabanezikweletu njengoba iBhange loMbuso, iSouth African Reserve Bank (Sarb) liphinde layehlisa ngo-25 basis points imalimboleko. ...
KUGQUGQUZELWA osomabhizinisi ukuba babhalisele umbukiso wamabhizinisi ohlelwa wuMasipala weTheku, obizwa nge-Inner West Durban Business Fair.
INHLANZI izoshelwa ngamanzi kwabakokotele ugesi wekhadi njengoba i-Eskom ithi ngeke lululwe uhlelo lokuvuselela izigubhu oseludume ngolweKey Revision Number (KRN)2. ...
UCWANINGO lokuqala ngqa eNingizimu Afrika olubheka udlame lobulili luveza ukuthi 33% wabesifazane okuwu-7 million (7 310 389) uke wahlukunyezwa ngokodlame.
I-JOHANNESBURG Stock Exchange (JSE) imhlawulise u-R500 000 uNksz Thabi Leoka owaqamba amanga ngeziqu zakhe.
UNGQONGQOSHE woMnyango wezokuHlaliswa kwaBantu kuleli, uNksz Mmamoloko Kubayi, uthe izinhlangano ezakha izindlu zokuqashisa kufanele zibabhekelele nabahola kancane. ...
INHLANGANO exazulula izinkinga zabantu bakuleli zemali, iNational Financial Ombud (NFO) isixwayise abantu ukuthi bangazifaki ezikweletini ngoba befuna ukutitiliza ...
I-ESKOM ikhumbuza abantu ukuthi babheke izigubhu zabo ukuthi ziyahambisana yini nohlelo olusha kungakashayi uNovemba 24 ngoba uma sekushaye lolu suku isigubhu singabhalisiwe ...
I-NATIONAL Stokvel Association of South Africa isidonse ngendlebe abadlala izitokofela ukuthi bangakhiphi imali emabhange ngenhloso yokuyoyihlukanisela ndawana thize ...
INYUNYANA yabasebenzi bensimbi iNational Union of Metalworkers of South Africa (Numsa) isola abaphathi be-ArcelorMittal South Africa (Amsa) ngokuba nenhliziyo embi ...
IZIHLATHI zivakashela izindlebe kuMphathiswa wezokuThuthukiswa koMnotho, ezokuVakasha neMvelo KwaZulu-Natal, uMfundisi Musa Zondi emuva kokuthi izinkampani ezisebenzela ...
UCWANINGO lwakamuva olwenziwe kwiJohannesburg Stock Exchange (JSE), yiJust Share luveze ukuthi zinhlanu kuphela izinkampani ezikwi-JSE Top 40 ezinamabhodi aphethwe ...
IPHINI likaNgqongqoshe weMfundo ePhakeme,uDkt Mimmy Gondwe, lithi isizoba wumlando indaba yokungashicilelwa ngesikhathi kwezitifiketi zamakolishi.
I-ACTION SA idalule ukuthi abantu bokufika bakweleta izibhedlela ezimbili zaseGauteng, uR1. 1 billion ngokulashelwa umdlavuza.
I-DA isidonse ngendlebe abantu bakuleli ukuba baqhubeke nokulwa nezinhlelo ze-Eskom zokunyusa ugesi ngemali eningi ngoba le nkampani imosha imali.
I-ESKOM imemezele ukuthi isiyonge u-R13. 7 billion, ngezindleko zikadizili kulo nyaka njengoba sekuphele izinyanga eziyisikhombisa ugesi unganqamuki.
INHLANZI izoshelwa amanzi kwababalekela isondlo sezingane njengoba sekunesivumelwano sokuthi bafakwe ohlwini lwabantu abanamagama amabi ezikweletini.
APHELILE amahlathi okucasha kodokotela abasebenza ngaphandle kwemvume ngoba umkhandlu wabo, iHealth Professions Council of South Africa’s (HPCSA), usembhidlangweni ...
ZIYAVEVA izinhlangano ezilwela abampofu emuva kokuthi uNgqongqoshe weMali, uMnuz Enoch Godongwana, ememezele ukuthi ngeke sivuselelwe isibonelelo sikaR370 sabangasebenzi ...